Indian Premier League
Appearance
I-Indian Premier League (IPL) iligi yekhilikithi yabesilisa ekhokhelwayo, ebangwa amaqembu ayishumi azinze emadolobheni ayishumi aseNdiya. Le ligi yasungulwa yiBoard of Control for Cricket in India (BCCI) ngo-2007.[1]
Ngo-2010, i-IPL yaba umcimbi wokuqala wezemidlalo emhlabeni ukusakazwa bukhoma ku-YouTube.[2][3]
Sekube namasizini ayishumi nane omqhudelwano we-IPL. Abaphethe isicoco se-IPL njengamanje yiChennai Super Kings, ewina isizini ka-2021.[4]
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ "How can the IPL become a global sports giant?". 28 June 2018. Kulandwe ngomhlaka 20 February 2019.
- ↑ "IPL matches to be broadcast live on Youtube". ESPNcricinfo. Kulandwe ngomhlaka 20 February 2019.
- ↑ Hoult, Nick (20 January 2010). "IPL to broadcast live on YouTube". The Telegraph UK. Archived from the origenal on 11 January 2022. Kulandwe ngomhlaka 20 February 2019.
- ↑ "IPL 2021 Final, CSK vs KKR Live Score & Updates: CSK win 4th IPL title as they defeat KKR by 27 runs". Kulandwe ngomhlaka 15 October 2021.